Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova—Izingoma Ezintsha

 139

Zifundiseni Ukuma Ziqine

Zifundiseni Ukuma Ziqine

Dawuniloda:

(Mathewu 28:19, 20)

  1. Kumnandi uk’fundis’ izimvu

    Nokuz’bona zikhula.

    Simbonil’ uJah ezihola

    Lapho z’thol’ iqiniso.

    (CHORUS)

    Jehova, s’yazicelela

    Zivikele uziqaphe.

    NgoJesu s’yazinxusela: Yiba nazo;

    Zonke mazime ziqine.

  2. Mihla yonke siz’thandazele,

    Ek’vivinyweni kwazo.

    Siz’fundisile, siz’thandile;

    Manje seziqinile.

    (Chorus)

    Jehova, s’yazicelela

    Zivikele uziqaphe.

    NgoJesu s’yazinxusela: Yiba nazo;

    Zonke mazime ziqine.

  3. Mazilondoloze ukholo,

    Zithembele kuMdali.

    Maz’qinisele zilalele,

    Ziyolinqoba izwe.

    (Chorus)

    Jehova, s’yazicelela

    Zivikele uziqaphe.

    NgoJesu s’yazinxusela: Yiba nazo;

    Zonke mazime ziqine.