Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 Ingoma 151

Ukwambulwa Kwabantwana BakaNkulunkulu

Ukwambulwa Kwabantwana BakaNkulunkulu

Dawuniloda:

(Roma 8:19)

  1. UJah usezokwambula

    Abakhethiweyo,

    Abayobusa noKristu

    Babe amakhosi.

    (CHORUS)

    Amakhos’ azokwambulwa

    EneNkosi yawo.

    Azonqoba kanye nayo

    Athole umvuzo.

  2. Ngokushesha abensali

    Bazozw’ izwi layo.

    Khon’ iNkosi yamakhosi

    Ibaqoqe bonke.

    (CHORUS)

    Amakhos’ azokwambulwa

    EneNkosi yawo.

    Azonqoba kanye nayo

    Athole umvuzo.

    (BRIDGE)

    EnoKristu, la makhosi

    Azokulwa impi.

    Emshadweni eneWundlu

    Ayohlala njalo.

    (CHORUS)

    Amakhos’ azokwambulwa

    EneNkosi yawo.

    Azonqoba kanye nayo

    Athole umvuzo.