Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova—Izingoma Ezintsha

 Ingoma 150

Siyazinikela

Siyazinikela

Dawuniloda:

(Mathewu 9:37, 38)

  1. UJah waz’ esik’dingayo

    Ukuze siphumelele.

    Singamkhonza ngezindlela

    Eziningi sisaphila.

    (CHORUS)

    Siyazinikela

    ngenxa yabanye.

    Lapho kunes’dingo, s’yaphuma,

    siyoz’nikela.

  2. Sihlalelwe umsebenzi.

    Siz’misele ukusiza.

    S’yaz’nikela, s’lekelele.

    Nakanjani sizosiza.

    (Chorus)

    Siyazinikela

    ngenxa yabanye.

    Lapho kunes’dingo, s’yaphuma,

    siyoz’nikela.

  3. Endaweni yangakithi,

    S’yakha, s’funde amakhono.

    Sifunde oluny’ ulimi

    Sibashumayeze bonke.

    (Chorus)

    Siyazinikela

    ngenxa yabanye.

    Lapho kunes’dingo, s’yaphuma,

    siyoz’nikela.