Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 Ingoma 145

Ukulungiselela Ukuyoshumayela

Ukulungiselela Ukuyoshumayela

Dawuniloda:

(Jeremiya 1:17)

  1. Sek’yasa.

    Sizohamba

    Siye koshumayela.

    Kodwa k’semnyama,

    Imvula iyana.

    Kungaba ngcono ukuhlala,

    silale.

    (CHORUS)

    Ukulungiselela kahle,

    Kanye nok’thandaza;

    Kungasinika is’khuthazo

    Sangempela.

    Asisodwa; sinez’ngelosi

    Ezilalelayo.

    ‘Ma sihamba nomKrist’ oqotho,

    Ngeke siwe.

  2. Sizoba

    Nenjabulo

    ‘Ma s’khumbula le zinto.

    UJah ubona

    Imizamo yethu,

    Akakhohlwa uthando lwethu;

    s’yamazi.

    (Chorus)

    Ukulungiselela kahle,

    Kanye nok’thandaza;

    Kungasinika is’khuthazo

    Sangempela.

    Asisodwa; sinez’ngelosi

    Ezilalelayo.

    ‘Ma sihamba nomKrist’ oqotho,

    Ngeke siwe.