Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova—Izingoma Ezintsha

 Ingoma 138

NguJehova Igama Lakho

NguJehova Igama Lakho

Dawuniloda:

(IHubo 83:18)

  1. Mdali ophakeme—

    Nkulunkul’ ophilayo

    Wamazulu nomhlaba—

    Wen’ unguJehova.

    Siyaziqhayisa

    Ngokwakh’ ibandla lakho.

    Kuzo zonke izizwe,

    Sifakaza ngawe.

    (CHORUS)

    Jehova, Jehova,

    Akekh’ onjengawe.

    Akekho emazulwini

    Akekh’ emhlabeni.

    UnguMninimandla onke,

    Abantu mabazi.

    Jehova, Jehova,

    UnguNkulunkulu wethu.

  2. Usenzile wena,

    Thina senz’ ok’funayo.

    Senza intando yakho—

    Wen’ unguJehova.

    S’ngoFakazi bakho

    Us’qambe lelo gama.

    Us’nike ilungelo—

    Singabantu bakho.

    (Chorus)

    Jehova, Jehova,

    Akekh’ onjengawe.

    Akekho emazulwini

    Akekh’ emhlabeni.

    UnguMninimandla onke,

    Abantu mabazi.

    Jehova, Jehova,

    UnguNkulunkulu wethu.