Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 98

ImiBhalo—Iphefumulelwe UNkulunkulu

ImiBhalo—Iphefumulelwe UNkulunkulu

(2 Thimothewu 3:16, 17)

  1. 1. Liyakhany’ iZwi likaJah,

    Lis’hol’ ebumnyameni.

    Uma sithembeka kulo,

    Liletha inkululeko.

  2. 2. IZwi liphefumulelwe,

    Lifundis’ ubumnene.

    Leli Zwi liyas’khuthaza,

    Lisigcine endleleni.

  3. 3. Leli Zwi lisifundisa,

    Ngothando olumsulwa.

    Liyasihlakaniphisa,

    Ukuba sizuz’ uk’phila.