Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 INGOMA 97

Ukuphila Kuncike EZwini LikaNkulunkulu

Khetha Uhlobo Lomculo
Ukuphila Kuncike EZwini LikaNkulunkulu
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Mathewu 4:4)

  1. 1. IZwi likaJehov’ iNkos’,

    Liyasiphilisa.

    Sisodw’ isinkw’ asanele;

    Masiphile ngalo

    Sithol’ ukuthula manje,

    Nez’busiso futhi.

    (CHORUS)

    Sisodw’ isinkw’ asanele;

    IZwi l’yaphilisa.

    Ngalo siyaneliseka;

    IZwi l’yaphilisa.

  2. 2. Likhuluma ngamadoda

    Nabesifazane.

    Abahambe okholweni—

    Bathembeka njalo.

    Ukukhuthazela kwabo

    Kuyasikhuthaza.

    (CHORUS)

    Sisodw’ isinkw’ asanele;

    IZwi l’yaphilisa.

    Ngalo siyaneliseka;

    IZwi l’yaphilisa.

  3.  3. Nsuku zonke masil’funda,

    Uyasiduduza.

    Lapho kubhok’ ubunzima,

    Asinikuk’qonda.

    Esik’fundile sakuzwa

    Masik’gcine kithi.

    (CHORUS)

    Sisodw’ isinkw’ asanele;

    IZwi l’yaphilisa.

    Ngalo siyaneliseka;

    IZwi l’yaphilisa.