Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 95

Ukukhanya Kuba Kukhulu

Khetha Uhlobo Lomculo
Ukukhanya Kuba Kukhulu
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(IzAga 4:18)

  1. 1. Abaprofethi bafunda ngoKristu,

    Ithemba laso sonk’ isintu.

    Umoya wambula ngokuza kwakhe,

    Asikhulule esonweni.

    Manje useyiNkosi ezulwini,

    Ubufakazi bukhona.

    Kuyilungelo ukwazi le zinto;

    Nezingelosi zazifisa!

    (CHORUS)

    Indlela yethu iyakhanya;

    Sihamba ekukhanyeni.

    UJehov’ uyasembulela;

    Asihole endleleni.

  2. 2. INkosi yethu imise inceku,

    Esinika ukudla njalo.

    Ukukhanya kuya kuba kukhulu,

    Kusithinta izinhliziyo.

    Masigxile, indlela iyakhanya,

    Sihambe ekukhanyeni.

    Sibonge uJehova ngeqiniso,

    Sihambe endleleni yakhe.

    (CHORUS)

    Indlela yethu iyakhanya;

    Sihamba ekukhanyeni.

    UJehov’ uyasembulela;

    Asihole endleleni.