Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 94

Ukubonga NgeZwi LikaNkulunkulu

Ukubonga NgeZwi LikaNkulunkulu

(Filipi 2:16)

  1. 1. Nkulunkulu wethu, siyakubonga

    Ngokuba neZwi lakho eliNgcwele!

    Waliphefumulela; ngomoya ongcwele.

    Linika ulwazi; lisikhulule.

  2. 2. Lisifinyelela izinhliziyo.

    Lisenza sishintshe uk’phila kwethu.

    Ilungil’ icacile, imithetho yakho.

    S’yabonga Jehova ngal’ izwi lakho.

  3. 3. Ababhali balo babenjengathi.

    Babenemizwa efana neyethu.

    Sisize sakh’ ukholo ngesikufundile.

    Izimiso zakho z’yasiza njalo.