UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Mathewu 9:37, 38)

  1. 1. UJah waz’ esik’dingayo

    Ukuze siphumelele.

    Singamkhonza ngezindlela

    Eziningi sisaphila.

    (CHORUS)

    Siyazinikela

    ngenxa yabanye.

    Lapho kunes’ dingo, s’yaphuma,

    siyoz’nikela.

  2. 2. Sihlalelwe umsebenzi.

    Siz’misele ukusiza.

    S’yaz’nikela, s’lekelele.

    Nakanjani sizosiza

    (CHORUS)

    Siyazinikela

    ngenxa yabanye.

    Lapho kunes’ dingo, s’yaphuma,

    siyoz’nikela.

  3. 3. Endaweni, yangakithi,

    S’yakha, s’funde, amakhono.

    Sifunde oluny’ ulimi

    Sibashumayeze bonke

    (CHORUS)

    Siyazinikela

    ngenxa yabanye.

    Lapho kunes’ dingo, s’yaphuma,

    siyoz’nikela.