Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 77

Ukukhanya Ezweni Elimnyama

Ukukhanya Ezweni Elimnyama

(2 Korinte 4:6)

  1. 1. Njengoba kunobumnyama,

    Sibon’ ukukhanya.

    Njengokuntwela kosuku

    Oseluzoqala.

    (CHORUS)

    Is’gijimi sethu,

    Sikhanyis’ ubumnyama.

    Sileth’ ukukhanya—

    S’khanya njengokusa,

    Okuxosh’ ubumnyama—

    Kukhanye bha.

  2. 2. Abalele mabavuke

    Is’khathi s’yaphela.

    Sibanikeza ithemba,

    Sibathandazele.

    (CHORUS)

    Is’gijimi sethu,

    Sikhanyis’ ubumnyama.

    Sileth’ ukukhanya—

    S’khanya njengokusa,

    Okuxosh’ ubumnyama—

    Kukhanye bha.