Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 74

Hlanganyela Engomeni YoMbuso!

Hlanganyela Engomeni YoMbuso!

(IHubo 98:1)

  1. 1. Kunengoma, ingoma yokunqoba.

    Idumisa Lowo ophakeme.

    Amazw’ ayo akhuthaz’ ubuqotho.

    Masicule ngoMbuso s’jabule:

    (CHORUS)

    ‘Khonzan’ uJah nimdumise.

    INdodana iyiNkosi!

    Masifundeni lengoma yoMbuso;

    Sidumise igama likaJah.’

  2. 2. Ngale ngoma, simemezel’ uMbuso.

    UKrist’ uyabusa ezulwini,

    Njengoba kwabikezelwa kudala.

    Izindlalifa zoMbuso zithi:

    (CHORUS)

    ‘Khonzan’ uJah nimdumise.

    INdodana iyiNkosi!

    Masifundeni lengoma yoMbuso;

    Sidumise igama likaJah.’

  3. 3. Abathobekile bangayifunda.

    Icacile futh’ iyezwakala.

    Emhlabeni, is’xuku siy’fundile.

    Ngakho naso simema abanye:

    (CHORUS)

    ‘Khonzan’ uJah nimdumise.

    INdodana iyiNkosi!

    Masifundeni lengoma yoMbuso;

    Sidumise igama likaJah.’