Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 72

Ukwenza Iqiniso LoMbuso Laziwe

Ukwenza Iqiniso LoMbuso Laziwe

(IzEnzo 20:20, 21)

  1. 1. Sake sangayaz’ indlela

    Yokuphila kwamaKristu.

    UJehova waletha

    Iqiniso el’khanya bhá,

    Say’qonda intando yakhe,

    Saba izikhonzi zakhe.

    Simemezel’ igama

    LikaJehova, silingcwelise.

    Sifakaza kubo bonke,

    Emgwaqwen’ endlini ngendlu,

    S’bafundise iqiniso;

    Sithole inkululeko.

    Emazweni onk’ omhlaba

    Sifundisa ngoJehova.

    Masimkhonze ngobunye

    Aze athi manje sekwanele.