Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 66

Memezelani Izindaba Ezinhle

Khetha Uhlobo Lomculo
Memezelani Izindaba Ezinhle
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(IsAmbulo 14:6, 7)

  1. 1. Iqiniso loMbuso lalifihliwe.

    Iqiniso ngeNzalo ethenjisiwe.

    UJah ulembulile ngomusa wakhe.

    Ngenxa yesono isint’ esasikuso,

    Wasungula uMbuso kaKristu wakhe.

    Ngesikhathi sakhe loMbuso uzobusa.

    Uzonika iNdodan’ umlobokazi,

    Umhlambi omncane wabakhethiweyo.

  2. 2. Lezi zindaba zazaziwa kudala.

    UJah manje usefuna z’menyezelwe.

    Izingelosi zakhe nazo z’nengxenye,

    Ekusisizen’ ukuba siz’ sakaze.

    Kuludumo kithi kulezi zinsuku,

    Uk’ngcwelisa igama l’kaJah simdumise.

    NjengoFakazi bakhe siyafakaza

    Ngezindab’ ezinhle zok’phila phakade