Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 64

Ukuhlanganyela Ngentokozo Ekuvuneni

Khetha Uhlobo Lomculo
Ukuhlanganyela Ngentokozo Ekuvuneni
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Mathewu 13:1-23)

  1. 1. Sisesikhathini sok’vuna,

    Yek’ ilungel’ esinalo.

    Amasimu aselungile;

    Simagange ukuvuna.

    UJesu is’bonel’ esihle

    Uqondisa umsebenzi.

    Yek’ ilungelo es’nikwe lona

    Lok’ fundisa ensimini.

  2. 2. Uthando ngoJah nangabantu

    Lukhuthaza intshiseko.

    Uk’fundisa kuyaphuthuma,

    Uk’phela sekusondele.

    Sithola injabul’ enkulu;

    Isiph’ es’vela k’Jehova.

    Ngokholo nangokukhuthazela,

    S’yosebenza kanye naye.