Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 61

Phambili, Nina BoFakazi!

Khetha Uhlobo Lomculo
Phambili, Nina BoFakazi!
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Luka 16:16)

  1. 1. Izinceku kule s’khathi sok’phela,

    Zizimisele ukulwela uMbuso.

    Nom’ uSathan’ es’phatha kabi,

    Ngamandla kaJehov’ asidangali.

    (CHORUS)

    Qhubekan’ boFakazi, nibe nes’bindi!

    Jabulelani umsebenzi weNkosi!

    Memezelani, izw’ elisha l’seduze,

    Nezibusiso zalo z’seduze.

  2. 2. Siyazi ngeke siphile kalula;

    Ababi bazonda igama likaJah.

    Sihlala singenal’ ibala,

    Silondoloze ubuqotho bethu.

    (CHORUS)

    Qhubekan’ boFakazi, nibe nes’bindi!

    Jabulelani umsebenzi weNkosi!

    Memezelani, izw’ elisha l’seduze,

    Nezibusiso zalo z’seduze.

  3. 3. UJah noMbuso benziw’ inhlekisa;

    Igama lakh’ el’khulu l’yahlanjalazwa.

    Masilingcwelise ezweni,

    Silimemezele nasezizweni.

    (CHORUS)

    Qhubekan’ boFakazi, nibe nes’bindi!

    Jabulelani umsebenzi weNkosi!

    Memezelani, izw’ elisha l’seduze,

    Nezibusiso zalo z’seduze.