Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 56

Yenza Iqiniso Libe Ngelakho

Yenza Iqiniso Libe Ngelakho

(IzAga 3:1, 2)

  1. 1. Indlela yeqiniso iyona ndlela,

    Kodwa k’melwe uzikhethele.

    Ngakho lalela uJehova uMdali;

    Kholelwa ezwini lakhe.

    (CHORUS)

    Yenz’ iqiniso

    Lib’ elakho,

    liphile.

    Uzwe injabul’ evela kuJah.

    Yenz’ iqinis’ elakho.

  2. 2. Umzamo wakho nes’khathi osichitha

    Enkonzweni yoMbuso kaJah,

    Kuzophumela ek’busisweni kwakho

    Ngok’phila okuphakade.

    (CHORUS)

    Yenz’ iqiniso

    Lib’ elakho,

    liphile.

    Uzwe injabul’ evela kuJah.

    Yenz’ iqinis’ elakho.

  3. 3. ’Ma s’qhathaniswa noJah siyizingane.

    Siding’ isiqondiso sakhe.

    Ngakho nsuku zonke hamba noJehova;

    Uthole izibusiso.

    (CHORUS)

    Yenz’ iqiniso

    Lib’ elakho,

    liphile.

    Uzwe injabul’ evela kuJah.

    Yenz’ iqinis’ elakho.