Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 53

Ukulungiselela Ukuyoshumayela

Khetha Uhlobo Lomculo
Ukulungiselela Ukuyoshumayela
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Jeremiya 1:17)

  1. 1. Sek’yasa.

    Maduze nje

    Siya koshumayela.

    Kodwa k’semnyama,

    Sel’yakhemezela.

    Kungangcono sihlal’ endlini,

    silale.

    (CHORUS)

    Uk’zindla nok’lungiselela

    S’thandazel’ uk’nqoba;

    Kungasinika is’khuthazo

    Sangempela.

    Asisodwa; sinez’ngelosi

    Z’qondiswa uJesu.

    ‘Masihamba nomKrist’ oqotho,

    Ngeke siwe.

  2.  2. Sizoba

    Nenjabulo

    ‘Ma s’khumbula le zinto.

    UJah ubona

    Imizamo yethu,

    Akakhohlwa uthando lwethu;

    s’yamazi.

    (CHORUS)

    Uk’zindla nok’lungiselela

    S’thandazel’ uk’nqoba;

    Kungasinika is’khuthazo

    Sangempela.

    Asisodwa; sinez’ngelosi

    Z’qondiswa uJesu.

    ‘Ma sihamba nomKrist’ oqotho,

    Ngeke siwe.