Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 50

Umthandazo Wami Wokuzinikezela

Umthandazo Wami Wokuzinikezela

(Mathewu 22:37)

  1. 1. Thatha inhliziyo yam’

    Ithande iqiniso.

    Thatha nephimbo lami

    Likuhubele njalo.

  2. 2. Thatha i’nyawo zami,

    Nezandla zikukhonze.

    Thatha umcebo wami

    Ngingek’ godlele lutho.

  3. 3. Thatha ukuphila kwam’,

    Kuvumelane nawe.

    Thatha naluqobo lwam,’

    Mangikujabulise.