Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 46

Siyakubonga Jehova

Khetha Uhlobo Lomculo
Siyakubonga Jehova
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(1 Thesalonika 5:18)

  1. 1. S’yak’ bonga Jehova zinsuku zonke,

    Ngokukhanya kwakh’ okuyigugu.

    Sibonga ngelungelo esinalo,

    Ngokusivumela size kuwe.

  2. 2. S’yak’ bonga Jehova ngay’ iNdodana,

    Eyanqob’ izwe ngokholo lwayo.

    S’yak’ bonga nges’qondiso esinaso;

    Usisiza s’khonze ngobuqotho.

  3. 3. Sibong’ ilungelo lok’shumayela

    Ngegama lakho nangeqiniso.

    Siyazi kuzophela uk’hlupheka,

    UMbuso wakho uyoma njalo.