Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 45

Ukuzindla Kwenhliziyo Yami

Ukuzindla Kwenhliziyo Yami

(IHubo 19:14)

  1. 1. Uk’zindla kwenhliziyo yam’,

    Lokho engik’cabangayo—

    Makuk’jabulise Nkosi,

    Ungigcine ngigxilile.

    Lapho nginezinkathazo

    Ngize ngiqwash’ ebusuku,

    Mangizindle ngawe Nkosi

    Nangakho konke okuhle.

  2. 2. Izint’ eziyiqiniso,

    Ezinhle naz’ ezimsulwa,

    Ezikhulunyelwa kahle—

    Mazinginike uk’thula.

    Im’cabango yakho mihle!

    Akekho ongayibala.

    Ngakho mangizindle ngayo,

    Ngiy’funde ngok’julileyo.