Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 43

Umthandazo Wokubonga

Khetha Uhlobo Lomculo
Umthandazo Wokubonga
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(IHubo 95:2)

  1. 1. Jehova Nkosi siyakudumisa,

    Kuwe Baba sileth’ umkhuleko.

    Ngokuqiniseka siyokukhonza,

    Sizithoba othandweni lwakho.

    Njal’ amaphutha embul’ ubuthaka;

    Ngokona kwethu s’cel’ uk’xolelwa.

    Ukuphila kwethu kwathol’ uk’hlengwa.

    S’yabonga waz’ ukwakheka kwethu.

  2. 2. Siyakubonga ngothando nomusa,

    Sibong’ ukusisondeza kuwe.

    Sifundise sikwaz’ ukukukhonza.

    Sifund’ indlela yokukwethemba.

    Siyakubonga ngomoya ongcwele

    Nangesibindi sokukhuluma.

    Sifis’ ukukukhonza ngentobeko

    Sik’bonge ngok’thanda abamnene.