Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 41

Yizwa Umkhuleko Wami

Khetha Uhlobo Lomculo
Yizwa Umkhuleko Wami
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(IHubo 54)

  1. 1. Baba Nkosi, yizwa le ngoma.

    Jehova, ngiyinceku yakho.

    Igama lakho l’khul’ impela.

    (CHORUS)

    Jehova yizwa lo mthandazo.

  2. 2. Ng’yakubonga ngalolu suku,

    Uk’phila nez’qondiso zakho.

    Usinakekela ngothando.

    (CHORUS)

    Jehova yizwa lo mthandazo.

  3. 3. Ngiyathanda ukwenz’ okuhle!

    Ngisize ngihamb’ ek’khanyeni.

    Nginik’ amandl’ ok’khuthazela.

    (CHORUS)

    Jehova yizwa lo mthandazo.