Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 39

Ukuzenzela Igama Elihle KuNkulunkulu

Khetha Uhlobo Lomculo
Ukuzenzela Igama Elihle KuNkulunkulu
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(UmShumayeli 7:1)

  1. 1. Nxa sisaphila, usuku nosuku,

    Siyozakhela igama noBaba.

    Uma phambi kwakhe senz’ ok’lungileyo,

    Uyojabula, asithande.

  2. 2. Ukuvelela ezweni elibi,

    Nok’ fun’ udumo kubantu ababi,

    Akusizi lutho ngoba uJehova,

    Ngeke as’thande, uyos’phika.

  3. 3. Enkumbulweni kaJehov’ uBaba,

    Masingasuki, sihlale phakade.

    Ngokushumayela, silwel’ iqiniso,

    Sigcin’ igama lethu njalo.