Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 35

“Niqiniseke Ngezinto Ezibaluleke Kakhulu”

Khetha Uhlobo Lomculo
“Niqiniseke Ngezinto Ezibaluleke Kakhulu”
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Filipi 1:10)

  1. 1. Sikhulu is’dingo sokuqonda,

    Sazi okuy’qiniso,

    Sazi lokh’ okubalulekile,

    Nokumelwe sikwenze.

    (CHORUS)

    Thand’ okuhle; Zond’ okubi,

    Ajabule.

    Yeka iz’ busiso zokufunda,

    Nokuqonda,

    Nokwenz’ okubalulekile!

  2. 2. Akukho okubalulekile,

    Kunokushumayela.

    Sithol’ izimvu ez’lahlekile,

    Sizibonis’ indlela.

    (CHORUS)

    Thand’ okuhle; Zond’ okubi,

    Ajabule.

    Yeka iz’ busiso zokufunda,

    Nokuqonda,

    Nokwenz’ okubalulekile!

  3. 3. Uma senz’ okubalulekile,

    Ukholo l’yos’vikela.

    Siyoba nokuthula kwengqondo,

    Silondoloz’ ithemba.

    (CHORUS)

    Thand’ okuhle; Zond’ okubi,

    Ajabule.

    Yeka iz’ busiso zokufunda,

    Nokuqonda,

    Nokwenz’ okubalulekile!