Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 31

Hambani NoNkulunkulu!

Khetha Uhlobo Lomculo
Hambani NoNkulunkulu!
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Mika 6:8)

  1. 1. Hambani noNkulunkulu;

    Ngothando oluqotho.

    Nibe kuJehova ngeqiniso;

    Aninike amandla.

    Uma nigcina iZwi lakhe,

    Ngeke nilahleke;

    Uma nilalela njalo,

    Uyonihola njalo.

  2. 2. Hambani noNkulunkulu;

    Nithande ubungcwele.

    Ngaphansi kwez’lingo zokuphila,

    Uyon’siza niqine.

    Zindlani ngezinto ezinhle

    Eziyiqiniso,

    Nezinto ez’hlanzekile,

    Abe nan’ uJehova.

  3. 3. Hambani noNkulunkulu,

    Nethabe unguMngane

    Nibonge njalo ngezipho zonke,

    Nezibusiso zonke.

    Hambani njalo noJehova

    Nimkhazimulise.

    Nimmhubele ngentokozo,

    N’yohlala kuJehova.