Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 29

Ukuhamba Ngegama Lethu

Ukuhamba Ngegama Lethu

(Isaya 43:10-12)

  1. 1. Jehova, Nkosi, Baba ophakade,

    Futh’ uphelele ngok’lunga kwakho.

    Mthombo wokwazi ok’ngenamkhawulo,

    Ubusa ezulwini ngothando.

    Siyakujabulela ukuk’khonza;

    Simemezele uMbuso wakho.

    (CHORUS)

    Kuyilungel’ ukuba oFakazi.

    Uk’bizwa ngalo igama lakho!

  2. 2. Uk’khonza ngobuny’ enkonzwen’ engcwele

    Kwenza sibe nothando nok’ thula.

    Ukufundisa iqiniso ngawe

    Kwenza s’jabule ekukkhonzeni.

    Njengoba saziwa ngegama lakho,

    Sinengxenye ekuk’dumiseni.

    (CHORUS)

    Kuyilungel’ ukuba oFakazi.

    Uk’bizwa ngalo igama lakho!