Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 19

ISidlo SeNkosi Sakusihlwa

ISidlo SeNkosi Sakusihlwa

(Mathewu 26:26-30)

  1. 1. Jehova Bab’ osezulwini,

    Lob’ub’suku obungcwele!

    Mandulo wakhombis’ ukuhlakanipha,

    Uthando namandla akho.

    Kwadliw’ iwundlu lePhasika,

    U-Israyel’ wakhululwa.

    Igazi leNkosi yethu lachitheka

    Kwagcwaliseka is’profetho.

  2. 2. Isinkwa newayini Nkosi,

    Kusikhumbuz’ isihlengo

    Nenani lesipho seNdodana yakho.

    Yalalela nasek’feni.

    Sigcina lesi Sikhumbuzo.

    Lobub’suku bus’khumbuza

    Okwafezwa isihlengo kwakhululwa,

    Isintu sonke ekufeni.

  3.  3. Silapha sonke phambi kwakho,

    Simenyiwe nguwe Nkosi.

    Siyakudumisa ngeNdodana yakho.

    Sidumis’ igama lakho.

    Lesi Sidlo siyak’du’misa,

    Sinike nathi amandla

    Silingise uKristu zinsuku zonke,

    Sizuz’ukuphil’ ok’phakade.