Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 146

Konke Kwenziwe Kwaba Kusha

Konke Kwenziwe Kwaba Kusha

(IsAmbulo 21:1-5)

  1. 1. “Iz’bonakaliso” ziyabonisa

    Ukuthi uMbuso uyabusa.

    Impi ezulwini inqotshiwe,

    Intando yeNkosi mayenziwe.

    (CHORUS)

    Jab’lan’ Ithende leNkosi

    Linabantu emhlabeni!

    Ngeke kube khona ukukhala,

    Ubuhlungu, usizi nokufa.

    Ngob’ ith’ iNkos’: Ngenza kube kusha.’

    Lokhu kuyokwenzeka.

  2. 2. Bonke mababon’ iJerusalema;

    Umakoti kaKrist’ ekhazim’la.

    Uhlotshiselwe yona iMvana,

    UJehova umnik’ ukukhanya.

    (CHORUS)

    Jab’lan’ Ithende leNkosi

    Linabantu emhlabeni!

    Ngeke kube khona ukukhala,

    Ubuhlungu, usizi nokufa.

    Ngob’ ith’ iNkos’: Ngenza kube kusha.’

    Lokhu kuyokwenzeka.

  3. 3. Lo muzi uyob’ injabulo yezwe.

    Amasango awo ngek’ avalwe.

    Izizwe zohamba ngenkazim’lo;

    Zinceku yibani ukukhanya.

    (CHORUS)

    Jab’lan’ Ithende leNkosi

    Linabantu emhlabeni!

    Ngeke kube khona ukukhala,

    Ubuhlungu, usizi nokufa.

    Ngob’ ith’ iNkos’: Ngenza kube kusha.’

    Lokhu kuyokwenzeka.