Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 143

Zigcineni Nimatasa, Niqaphile Futhi Nilindile

Zigcineni Nimatasa, Niqaphile Futhi Nilindile

(Roma 8:20-25)

  1. 1. UJehova unguMdali

    Wezikhathi nezinkathi,

    Is’khathi sempindiselo

    Sesisondele manje.

    (CHORUS)

    Qaphani, nilinde nisebenza,

    Nilangazelel’ uk’phila,

    As’bekele kon’ uJah.

  2. 2. Sanqunywa kudal’ is’khathi,

    INdodan’ isik’lungele

    Uk’nqoba abaphikisi;

    Bonke ngenkemba yayo.

    (CHORUS)

    Qaphani, nilinde nisebenza,

    Nilangazelel’ uk’phila,,

    As’bekele kon’ uJah.

  3. 3. Nakub’ indal’ ibubula,

    Ngokholo sisalindele

    Usuku lukaJehova,

    Ukuze as’khulule.

    (CHORUS)

    Qaphani, nilinde nisebenza,

    Nilangazelel’ uk’phila,

    As’bekele kon’ uJah.