Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 142

Ukubambelela Ngokuqinile Ethembeni Lethu

Ukubambelela Ngokuqinile Ethembeni Lethu

(Hebheru 6:18, 19)

  1. 1. Abantu bebedukuz’ ebumnyameni.

    Bezikhandla ngokufun’ okuyize.

    Sebusobala ububi ezweni:

    Bonke abantu bayizoni.

    (CHORUS)

    Masihube, uMbus’ usukhona!

    INdodana izoqed’ ukwesaba.

    Ek’gcineni, buzophel’ ububi.

    Ithemba lethu liyasiqinisa.

  2. 2. “Usuku lukaJehova luseduze!”

    Ngeke kusaba khona ukukhala.

    Maduze buzophela ubuhlungu.

    Dumisan’ iNkos’ uJehova.

    (CHORUS)

    Masihube, uMbus’ usukhona!

    INdodana izoqed’ ukwesaba.

    Ek’gcineni, buzophel’ ububi.

    Ithemba lethu liyasiqinisa.