Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 133

Khonza UJehova Usemusha

Khonza UJehova Usemusha

(UmShumayeli 12:1)

  1. 1. Njengabasha siyigugu kuJah;

    Ngokwethembeka siyazikhandla.

    Uyasinakekela uMdali

    Asibusis’ uma sisaphila.

  2. 2. Ukuhloniph’ abazali bethu

    Kubakhombisa uthando lwethu.

    Uma sithandwa uJah nabantu,

    Sisondela kuJehova wethu.

  3. 3. Sikhumbule iNkosi sibasha;

    Siqhubeke sithand’ iqiniso.

    Uma sizikhandla siyoletha

    Ukwethaba kuJehova iNkos’.