Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 129

Masiqhubeke Sikhuthazela

Khetha Uhlobo Lomculo
Masiqhubeke Sikhuthazela

(Mathewu 24:13)

  1. 1. UJesu wathi

    Sikhuthazele kanjani?

    Esosizini,

    Wayebheke emvuzweni.

    Wagxila, wazindla

    Ngez’thembiso z’kaJah.

    (CHORUS)

    Masikhuthazeleni,

    Silwele ukholo.

    UJah uyasithanda.

    Masiqhubeke sikhuthazela.

  2. 2. Singadangala,

    Sibe lusizi, sikhale;

    Ngale kosizi,

    Sibon’ umvuzo omuhle

    Esiyowuthola.

    Ngakho, siz’misele.

    (CHORUS)

    Masikhuthazeleni,

    Silwele ukholo.

    UJah uyasithanda.

    Masiqhubeke sikhuthazela.

  3.  3. Ngeke siyeke,

    Singabaze, sesatshiswe.

    Sizoba qotho

    Luze lufik’ olukaJah.

    Masikhuthazele.

    Lusondel’ usuku.

    (CHORUS)

    Masikhuthazeleni,

    Silwele ukholo.

    UJah uyasithanda.

    Masiqhubeke sikhuthazela.