Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 126

Lindani, Niqine, Nibe Namandla

Lindani, Niqine, Nibe Namandla

(1 Korinte 16:13)

  1. 1. Lindani nibe namandla,

    Nihlale n’khuthazela.

    Qhubekani ngesibindi

    Kuzofik’ ukunqoba.

    Silalel’ umthetho kaJesu,

    Ocacile sime ngakuye.

    (CHORUS)

    Lindani, nibe nesibindi!

    Kube sekugcineni!

  2. 2. Lindani niqonde njalo,

    Nihlale nilalela.

    Is’qondiso sikaKristu

    Nge ncek’ ethembekile.

    N’lalel’ amadod’ amadala,

    Avikela umhlambi wakhe.

    (CHORUS)

    Lindani, nibe nesibindi!

    Kube sekugcineni!

  3.  3. Lindani nibe nobunye,

    Sivikel’ is’ gijimi.

    Nom’ izitha zihlasela,

    Soshumayela njalo.

    S’memezel’ emhlabeni wonke,

    Usuku l’kaJah lufikile!

    (CHORUS)

    Lindani, nibe nesibindi!

    Kube sekugcineni!