Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 122

Yibani Abagxilile, Abangenakunyakaziswa!

Yibani Abagxilile, Abangenakunyakaziswa!

(1 Korinte 15:58)

  1. 1. Izizwe z’khungathekile manje.

    Abantu basabel’ ikusasa.

    Thina masibe abagxilile,

    S’khonz’ uJah ngok’thembeka.

    (CHORUS)

    Masibe qotho sonke;

    Ezweni s’khululeke,

    Sime siqinile

    Siphile phakade.

  2. 2. Ziningi iz’lingo kuleli zwe.

    Singazinqoba ’ma s’hluzekile.

    Uk’zond’ okubi sithand’ okuhle.

    Kusisiza siqine.

    (CHORUS)

    Masibe qotho sonke;

    Ezweni s’khululeke,

    Sime siqinile

    Siphile phakade.

  3. 3. Mas’khonz’ uJah ngenhliziyo yonke.

    Sibe nengxeny’ enkonzweni yakhe.

    Masishumayel’ i’ndab’ ezinhle.

    Lizodlula leli zwe.

    (CHORUS)

    Masibe qotho sonke;

    Ezweni s’khululeke,

    Sime siqinile

    Siphile phakade.