Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 120

Lingisa Ubumnene BukaKristu

Khetha Uhlobo Lomculo
Lingisa Ubumnene BukaKristu
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Mathewu 11:28-30)

  1. 1. UJesu wayengumuntu omkhulu;

    Nokho akalokothanga aqhoshe.

    Wathola ilungelo elikhulu;

    Nokho wathobeka enhliziyweni.

  2. 2. Nonke nina enithwele kanzima,

    Uthi kini, thathan’ ijoka lakhe;

    Niyozitholela uk’qabuleka.

    INkos’ iyabathanda abamnene.

  3. 3. UJesu wathi singabazalwane.

    Ngokuthobeka silingis’ uKristu.

    Abamnene bayigugu kuMdali;

    Bayodla iPharades’ emhlabeni.