Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 12

Nkulunkulu Omkhulu, Jehova

Nkulunkulu Omkhulu, Jehova

(Eksodusi 34:6, 7)

  1. 1. Nkosi Jehova, ukufanele

    Ukunikwa udumo.

    Z’lungil’ i’ndlela zakho.

    Unamandla, uthando nolwazi.

    UyiNkosi phakade.

  2. 2. Baba us’nakekela ngothando.

    Siluthul’ uyas’naka;

    Uphendul’ im’thandazo.

    Uyasilonda usiqondise,

    Uhlale usisiza.

  3. 3. Yonke indalo iyak’dumisa;

    Sijabula ngamazwi,

    Sikudumisa njalo.

    Nkosi Jehova ukufanele,

    Yamukela udumo.