Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 119

Kumelwe Sibe Nokholo

Kumelwe Sibe Nokholo

(Hebheru 10:38, 39)

  1. 1. Kaningi uJah wayekhuluma

    Ngabaprofethi bak’dala.

    Namhla uthi ‘bonke baphenduke,’

    Sitshelwa yiNdodana.

    (CHORUS)

    Ingabe sinal’ ukholo,

    Ukholo ol’nemsebenzi?

    Sidinga ukhol’ ol’njalo.

    Yilona oluyosisindisa.

  2. 2. Silalel’ umyalo weNdodana,

    Wok’memezela ngoMbuso.

    Nges’bindi simemezel’ ithemba;

    S’batshele nges’thembiso.

    (CHORUS)

    Ingabe sinal’ ukholo,

    Ukholo ol’nemsebenzi?

    Sidinga ukhol’ ol’njalo.

    Yilona oluyosisindisa.

  3. 3. Ukholo lwethu lunjengehange;

    Ngeke sihlehlel’ emuva.

    Sithemb’ uJehova s’khuthazele,

    Insindis’ iseduze.

    (CHORUS)

    Ingabe sinal’ ukholo,

    Ukholo ol’nemsebenzi?

    Sidinga ukhol’ ol’njalo.

    Yilona oluyosisindisa.