Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 116

Amandla Omusa

Amandla Omusa

(Efesu 4:32)

  1. 1. S’yakudumisa Nkosi Jehova.

    EZwin’ lakho s’funda

    Ukuthi nom’ unamandla onke,

    Ubonis’ um’sa wothando.

  2. 2. UKrist’ umema abakhathele.

    Bashiy’ imithwalo,

    Mabathathe ijoka lomusa.

    Bazitholel’ impumuzo.

  3. 3. Ubuntu bukaKristu noYise

    Singabulingisa.

    Amandl’ omusa singawathola.

    Siyoba abaqinile.