Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 114

Ukubekezela

Khetha Uhlobo Lomculo
Ukubekezela
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Jakobe 5:8)

  1. 1. UJehov’ uyal’thanda,

    Igama lakh’ elingcwele.

    Ufun’ ukulihlanza

    Kukho ukuhlanjalazwa.

    Sekuyis’khath’ eside,

    Ekubekezelela,

    Akapheli amandla,

    Futh’ akakhathali.

    Ufuna bonk’ abantu

    Bathole ukusindiswa.

    Uk’bekezela kwakhe

    Akusoze kwaba yize.

  2. 2. Uk’bekezela kuhle

    Kusenza s’gcin’ ubuqotho.

    Siyothola uk’thula,

    Sigweme ukufutheka.

    Siyobona okuhle

    Kubazalwane bethu.

    Kusisiza s’bhekane

    Nok’cindezeleka.

    Umoya kaJehova

    Uveza iz’thelo kithi,

    Njengokubekezela

    Silingise uJehova.