Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 112

UJehova, UNkulunkulu Wokuthula

UJehova, UNkulunkulu Wokuthula

(Filipi 4:9)

  1. 1. Jah, Nkosi yothando,

    Us’thembise uk’thula;

    Sicela umoya wakho,

    Izithelo zikhule.

    Ngenxa yeNdodana;

    Ehlal’ iqotho njalo

    Ukholo lwethu lusinike

    Ubungane nawe.

  2. 2. Sithol’ ukukhanya Ngomoya

    Ngomoya neZwi lakho,

    Sithol’ is’qondiso

    Nes’vikelo ezwen’ elibi;

    Kuze kufike

    Is’khathi esinqunyiwe.

    Ngomoya wakho sisize,

    Sigcine ukuthula.

  3. 3. Uzakhel’ isizwe

    Samathemb’ amabili.

    Ngomoya Simemezela

    Izindaba zoMbuso.

    Uzoqed’ izimpi

    Ubuse ngokulunga

    Futh’ abamnene baphile

    Ngokuthula phakade.