Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 INGOMA 110

Injabulo KaJehova

Khetha Uhlobo Lomculo
Injabulo KaJehova
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Nehemiya 8:10)

  1. 1. Iz’bonakaliso zimemezela

    Lezi zindaba zoMbuso.

    Lindelani ukusindiswa kwenu;

    Uk’khululwa kuseduze!

    (CHORUS)

    Injabulo iyisiphephelo.

    Hubani nikhamuluke.

    Jabulani ngethemba, nidumise,

    UNkulunkulu ophakeme.

    Injabulo kaJah is’phephelo.

    Bonk’ abantu mabamazi.

    Siz’nikele kuJehova iNkosi,

    Sim’ khulekele ngenjabulo.

  2. 2. Themban’ uJah nina enimthandayo.

    Ningesabi, unamandla.

    Khamulukani ngokuzwakalayo

    Nihubele uJehova!

    (CHORUS)

    Injabulo iyisiphephelo.

    Hubani nikhamuluke.

    Jabulani ngethemba, nidumise

    UNkulunkulu ophakeme.

    Injabulo kaJah is’phephelo.

    Bonk’ abantu mabamazi.

    Siz’nikele kuJehova iNkosi,

    Sim’ khulekele ngenjabulo.