Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 INGOMA 11

Indalo Yembula Inkazimulo KaJehova

Khetha Uhlobo Lomculo
Indalo Yembula Inkazimulo KaJehova
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(IHubo 19)

  1. 1. Udumo Nkos’ im’sebenzi yakho

    Namazulu kuyakudumisa.

    Indalo ikhuluma buthule,

    Izwakala emhlabeni wonke.

    Indalo ikhuluma buthule,

    Izwakala emhlabeni wonke.

  2. 2. S’yaqondiswa ngokuhlakanipha

    Esik’thola ngokwesaba wena.

    Izimiso zakho z’yas’qondisa,—

    Okuy’ngcebo ezedlula zonke.

    Izimiso zakho z’yas’qondisa,—

    Okuy’ngcebo ezedlula zonke.

  3. 3. Ukuphila kuba nay’ injongo

    Ngenxa yezwi nokwazi wena Nkos’.

    Injabulo engelinganiswe

    Iyotholwa abak’ngcwelisayo.

    Injabulo engelinganiswe

    Iyotholwa abak’ngcwelisayo.