Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 109

Thanda Kakhulu Ngokusuka Enhliziyweni

Thanda Kakhulu Ngokusuka Enhliziyweni

(1 Petru 1:22)

  1. 1. Lapho sithanda ngempela,

    Sijabulis’ uJehova;

    Luyimfanel’ evelele

    lolu thando lwakhe.

    Lushukumis’ inhliziyo

    Sithandane ngobuqotho.

    Uthand’ alunabugovu,

    Luhlale luqotho.

    Mas’bonise uthando,

    Ngokwabelana nabampofu,

    Singaba abangane,

    Sibonis’ ukuqonda.

    UJesu wasikhombisa;

    Sabon’ uthando lukaJah.

    Lwathinta izinhliziyo,

    Sashukumiseleka.

    Uthand’ olujulile.

(Bheka neyoku-1 Pet. 2:17; 3:8; 4:8; 1 Joh. 3:11.)