Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 108

Uthando LukaNkulunkulu Oluqotho

Uthando LukaNkulunkulu Oluqotho

(Isaya 55:1-3)

  1. 1. Uthand’ oluqotho!

    UJehova uluthando.

    Wathumela iNdodana

    Eyab’ isihlawulelo

    ’Ze sithole ukulunga

    Injabulo nokuphila.

    (CHORUS)

    Hhey’ nina abomile,

    Nank’ amanzi ok’phila.

    Abeze abomile,

    Babone umusa.

  2. 2. Uthand’ oluqotho!

    UJehova uluthando.

    Ulubonisil’ uthando

    Ngok’nika uKrist’ uMbuso

    Njengokwesifungo sakhe

    UMbuso wakhe uzelwe.

    (CHORUS)

    Hhey’ nina abomile,

    Nank’ amanzi ok’phila.

    Abeze abomile,

    Babone umusa.

  3.  3. Uthand’ oluqotho!

    UJehova uluthando.

    Sizosiza abamnene,

    Ukulunga bakufune.

    Masishumayele njalo,

    S’balethele induduzo.

    (CHORUS)

    Hhey’ nina abomile,

    Nank’ amanzi ok’phila.

    Abeze abomile,

    Babone umusa.

(Bheka namaHu. 33:5; 57:10; Efe. 1:7.)