Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

‘Culela UJehova Ngenjabulo’

 INGOMA 106

Ukuhlakulela Imfanelo Yothando

Khetha Uhlobo Lomculo
Ukuhlakulela Imfanelo Yothando
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(1 Korinte 13:1-8)

  1. 1. Siyakhuleka kuJehova,

    Sicel’ izimfanelo zakhe.

    Kodw’ ebaluleke kakhulu

    Uthando ol’vezwa umoya.

    Noma singaba namakhono,

    As’lutho uma s’ngenal’thando.

    Sicel’ uthand’ ol’fudumele;

    Luboniswe kwesikwenzayo.

  2. 2. Uthando luvela ngokuphana,

    Ngokucabanga ngabanye.

    Al’nanzondo l’yathethelela,

    Njengob’ uJesu afundisa.

    Uthando l’senza s’bekezele,

    S’khuthazelel’ izinkathazo.

    Ngakho ’mas’khandleka s’khumbule,

    Uthando al’soze lwaphela.