UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

(Efesu 4:8)

  1. 1. UJehov’ usinik’ usizo

    Ngabelusi bakhe.

    Basibekel’ isibonelo,

    Bas’bonis’ indlela.

    (CHORUS)

    La madoda athembekile,

    Akhonza ngobuqotho.

    Awuphatha kahle umhlambi;

    Siwathanda kakhulu.

  2. 2. Basikhathalela ngempela,

    Bas’qondise kahle.

    Basiduduza osizini

    Ngamazwi omusa.

    (CHORUS)

    La madoda athembekile,

    Akhonza ngobuqotho.

    Awuphatha kahle umhlambi;

    Siwathanda kakhulu.

  3. 3. Bayaseluleka ngothando,

    Ukuze singawi.

    Basisiza sihambe noJah,

    S’qhubeke simkhonza.

    (CHORUS)

    La madoda athembekile,

    Akhonza ngobuqotho.

    Awuphatha kahle umhlambi;

    Siwathanda kakhulu.