Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 102

“Nisize Ababuthakathaka”

“Nisize Ababuthakathaka”

(IzEnzo 20:35)

  1. 1. Buningi ubuthaka

    Sonk’ esinabo.

    UJehov’ uyas’thanda,

    Naphezu kwabo.

    Futhi unesihe

    Nothand’ ol’namandla.

    Masil’bonise nathi,

    Kwabadangele.

  2. 2. Nakuba bebuthaka,

    okholwen’ lwabo;

    Ngok’baqinisekisa,

    Bangaqina ngqi.

    UJah uqinisa,

    Bonke abab’thaka.

    Masizwelane nabo,

    S’bakhathalele.

  3. 3. Kunok’gxek’ abab’thaka,

    Masikhumbule

    Ukuthi s’ngabasiza

    Ngokuba nom’sa.

    Masikhuthalele

    Ukubakhuthaza.

    Uma sibasekela,

    Boduduzeka.