Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGOMA 101

Ukusebenza Ndawonye Ngobunye

Ukusebenza Ndawonye Ngobunye

(Efesu 4:3)

  1. 1. UJah wasiletha kuye. S’jabulel’ ak’bikezela.

    Sinokuthula nobunye,

    Kuyas’jabulisa.

    Kuyasiqabula,

    Kwenza sizwane.

    Kunomsebenzi omkhulu,

    Oqondiswa yiNdodana.

    Masisebenze ngobunye,

    Sibambisaneni.

  2. 2. ’Ma s’thandazela ubunye,

    Sifun’ ukuba nomusa,

    Uthando lwethu l’yokhula,

    Sithol’ injabulo.

    Uk’thula kumnandi,

    Kuyas’ qabula.

    ’Masithand’ abafowethu,

    Siyothola ukuthula.

    Kuyos’siza sibe munye.

    Sikhonz’ uJah njalo.