(IHubo 54)

1. Baba Nkosi, yizwa le ngoma.

Jehova, ngiyinceku yakho.

Igama lakho l’khul’ impela.

(CHORUS)

Jehova yizwa lo mthandazo.

2. Ng’yakubonga ngalolu suku,

Uk’phila nez’qondiso zakho.

Usinakekela ngothando.

(CHORUS)

Jehova yizwa lo mthandazo.

3. Ngiyathanda ukwenz’ okuhle!

Ngisize ngihamb’ ek’khanyeni.

Nginik’ amandl’ ok’khuthazela.

(CHORUS)

Jehova yizwa lo mthandazo.